1
Mathewu 27:46
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kwathi ngehola lesificamunwemunye uJesu wamemeza ngelizwi elikhulu, wathi: Eli, Eli, lama sabaktani? okungukuthi: Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na?
比較
Mathewu 27:46で検索
2
Mathewu 27:51-52
Bheka, isihenqo sethempeli sadabuka kabili, kusukela phezulu kuze kufike phansi; umhlaba wazamazama, amadwala aqhekezeka; Amathuna avuleka; nemizimba eminingi yabangcwele ababelele yavuka
Mathewu 27:51-52で検索
3
Mathewu 27:50
UJesu esephinde wamemeza ngezwi elikhulu, wawukhipha umoya.
Mathewu 27:50で検索
4
Mathewu 27:54
Kwathi induna yekhulu nababe nayo belinda uJesu bebona ukuzamazama komhlaba nalokho okwenzekileyo besaba kakhulu, bathi: “Nempela lo ubeyiNdodana kaNkulunkulu.
Mathewu 27:54で検索
5
Mathewu 27:45
Kusukela ngehora lesithupha kwaba mnyama emhlabeni wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.
Mathewu 27:45で検索
6
Mathewu 27:22-23
UPilatu wathi kubo: Pho ngimenzeni uJesu othiwa uKristu? Bonke bathi kuye: Kabethelwe esiphambanweni. Umbusi wasesithi: Ngoba enze bubi bani? Kodwa bamemeza kakhulu, besithi: Kabethelwe esiphambanweni.
Mathewu 27:22-23で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ