1
Mathewu 23:11
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kodwa omkhulu phakathi kwenu kabe yinceku yenu.
比較
Mathewu 23:11で検索
2
Mathewu 23:12
Nalowo oziphakamisayo uyathotshiswa; lalowo ozithobayo uzaphakanyiswa.
Mathewu 23:12で検索
3
Mathewu 23:23
Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! Ngokuba nikhokha okweshumi kweminti, neanise, nekhumini, kepha niyeke okubaluleke kakhulu zomthetho, ukwahlulela, nesihawu, nokukholwa
Mathewu 23:23で検索
4
Mathewu 23:25
Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nihlanza ingaphandle lenkezo nesitsha, kepha ngaphakathi kugcwele ukuphanga nokuxhashazwa.
Mathewu 23:25で検索
5
Mathewu 23:37
Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi, okhanda ngamatshe abathunywe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho, njengesikhukhukazi sibuthela amatshwele aso ngaphansi kwamaphiko aso, kodwa anivumanga!
Mathewu 23:37で検索
6
Mathewu 23:28
Kanjalo nani ngaphandle nibonakala kubantu nilungile, kepha ngaphakathi nigcwele ukuzenzisa nobubi.
Mathewu 23:28で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ