1
Mathewu 12:36-37
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa. Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.
比較
Mathewu 12:36-37で検索
2
Mathewu 12:34
Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
Mathewu 12:34で検索
3
Mathewu 12:35
Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo ukhipha okuhle, nomuntu omubi emfuyweni embi ukhipha okubi.
Mathewu 12:35で検索
4
Mathewu 12:31
Ngalokho ngithi kini: Abantu bayakuthethelelwa zonke izono nokuhlambalaza, kepha ukuhlambalaza uMoya akuyikuthethelelwa.
Mathewu 12:31で検索
5
Mathewu 12:33
“Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi, ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.
Mathewu 12:33で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ