1
Mathewu 10:16
Baasraak Zulu New Testament Bible
Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.
比較
Mathewu 10:16で検索
2
Mathewu 10:39
Othola ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho, nolahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.
Mathewu 10:39で検索
3
Mathewu 10:28
Ningabesabi ababulala umzimba, bengenamandla okubulala umphefumulo, kepha kakhulu mesabeni onamandla okubhubhisa nomphefumulo nomzimba esihogweni.
Mathewu 10:28で検索
4
Mathewu 10:38
Nongasithathi isiphambano sakhe, angilandele, kangifanele.
Mathewu 10:38で検索
5
Mathewu 10:32-33
Ngakho-ke lowo oyakungivuma phambi kwabantu, nami ngiyakumvuma phambi kukaBaba osezulwini. Kepha lowo oyakungiphika phambi kwabantu, nami ngiyakumphika phambi kukaBaba osezulwini.
Mathewu 10:32-33で検索
6
Mathewu 10:8
Phulisani abagulayo, nihlambulule abanochoko, nivuse abafileyo, nikhiphe amademoni
Mathewu 10:8で検索
7
Mathewu 10:31
Ngakho-ke ningesabi; nina nidlula imizwilili eminingi.
Mathewu 10:31で検索
8
Mathewu 10:34
Ningacabangi ukuthi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni; angizanga ukuletha ukuthula, kodwa inkemba.
Mathewu 10:34で検索
ホーム
聖書
読書プラン
ビデオ