YouVersion Logo
Search Icon

Luka 3:4-6

Luka 3:4-6 CZB24

njengokulotshiweyo egwalweni lwamazwi kaIsaya umprofethi ukuthi: Ilizwi lomemezayo enkangala, lithi: Lungisani indlela yeNkosi, nenze imikhondo yayo iqonde. Zonke izigodi ziyakugcwaliswa, zonke izintaba namagquma kuyakwehliswa; nezimangelengele ziyakuqondiswa, izindlela ezimazombezombe zibe bushelelezi; Futhi yonke inyama iyakubona insindiso kaNkulunkulu.