1
NgokukaMarku 5:34
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesethi kuye: “Ndodakazi, ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba ube nokuthula; usuphulukile enhluphekweni yakho.”
Compare
Explore NgokukaMarku 5:34
2
NgokukaMarku 5:25-26
Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, ehluphekile ngokuningi ezinyangeni eziningi, echithile konke ayenakho, engasizakalanga ngalutho, kodwa kwayilokhu kuqhubeka
Explore NgokukaMarku 5:25-26
3
NgokukaMarku 5:29
Kwanqamuka masinyane umthombo wegazi lakhe, wezwa emzimbeni ukuthi uphulukile enhluphekweni yakhe.
Explore NgokukaMarku 5:29
4
NgokukaMarku 5:41
Wabamba umntwana ngesandla, wathi kuye: “Thalitha, kumi,” okungukuthi ngokuhunyushwa: “Ntombazana, ngithi kuwe, vuka!”
Explore NgokukaMarku 5:41
5
NgokukaMarku 5:35-36
Esakhuluma, kwafika abomphathi wesinagoge,* bathi: “Indodakazi yakho isifile; usamkhathazelani uMfundisi na?” Kwathi ukuba uJesu ezwile izwi elishiwoyo, wathi kumphathi wesinagoge*: “Ungesabi, kholwa kuphela.”
Explore NgokukaMarku 5:35-36
6
NgokukaMarku 5:8-9
Ngokuba wathi kuye: “Phuma kulo muntu, moya ongcolileyo.” Wayesembuza ethi: “Ngubani igama lakho?” Wathi kuye: “NginguLegiyona* igama lami, ngokuba sibaningi.”
Explore NgokukaMarku 5:8-9
Home
Bible
Plans
Videos