ইউভার্শন লোগো
সার্চ আইকন

IzEnzo 16:25-26

IzEnzo 16:25-26 ZUL59

Kepha phakathi kobusuku oPawulu noSila bekhuleka bamdumisa uNkulunkulu ngamahubo, iziboshwa zabezwa; kwavela ngokuzuma ukuzamazama komhlaba okukhulu, kwaze kwazanyazanyiswa izisekelo zetilongo; kwavuleka khona lapho iminyango yonke, kwathukuluka nezibopho zabo bonke.

IzEnzo 16 পড়ুন