1
Mathewu 8:26
Baasraak Zulu New Testament Bible
Wathi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na? Wasevuka, wayikhuza imimoya nolwandle; kwaba khona ukuthula okukhulu.
তুলনা করুন
Explore Mathewu 8:26
2
Mathewu 8:8
Induna yekhulu yaphendula yathi: Nkosi, kangifanele ukuthi ungene ngaphansi kophahla lwami
Explore Mathewu 8:8
3
Mathewu 8:10
UJesu ekuzwa wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngithole ukholo olungaka nakwa-Israyeli.
Explore Mathewu 8:10
4
Mathewu 8:13
UJesu wasesithi enduneni yekhulu: Hamba; futhi njengoba ukholiwe, makwenzeke kuwe kanjalo. Futhi inceku yakhe yasinda ngaso leso sikhathi.
Explore Mathewu 8:13
5
Mathewu 8:27
Kepha abantu bamangala, bathi: “Umuntu onjani lo ukuthi nemimoya nolwandle kuyamlalela na?
Explore Mathewu 8:27
বাড়ি
বাইবেল
পরিকল্পনাগুলো
ভিডিও