1
NgokukaMarku 4:39-40
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesevuka, wakhuza umoya, wathi kulo ulwandle: “Thula, uthi du.” Kwanqamuka umoya, kwaba khona ukuthula okukhulu. Wathi kubo: “Yini ukuba nesabe kangaka na? Yini ukuba ningabi nakukholwa na?”
তুলনা করুন
Explore NgokukaMarku 4:39-40
2
NgokukaMarku 4:41
Besaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Kanti lo ungubani, lokhu nomoya nolwandle kuyamlalela?”
Explore NgokukaMarku 4:41
3
NgokukaMarku 4:38
Kepha yena wayengasemuva emkhunjini elele esicamelweni; bamvusa, bathi kuye: “Mfundisi, awunaki, nakuba sibhubha, na?”
Explore NgokukaMarku 4:38
4
NgokukaMarku 4:24
Wayesethi kubo: “Qaphelani enikuzwayo; ngaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso, nenezelwe nina.
Explore NgokukaMarku 4:24
5
NgokukaMarku 4:26-27
Wayesethi: “Unjalo umbuso kaNkulunkulu; unjengokuba umuntu ephonsa imbewu emhlabathini, alale, avuke ubusuku nemini, imibewu imile, ikhule, engazi ukuthi kanjani.
Explore NgokukaMarku 4:26-27
6
NgokukaMarku 4:23
Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.”
Explore NgokukaMarku 4:23
বাড়ি
বাইবেল
পরিকল্পনাগুলো
ভিডিও