1
NgokukaMarku 16:15
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesethi kubo: “Hambani niye ezweni lonke, nishumayele ivangeli kukho konke okudaliweyo.
তুলনা করুন
Explore NgokukaMarku 16:15
2
NgokukaMarku 16:17-18
Lezi zibonakaliso ziyakubalandela abakholwayo: ngegama lami bayakukhipha amademoni, bashumayele ngezilimi ezintsha, baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”
Explore NgokukaMarku 16:17-18
3
NgokukaMarku 16:16
Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa, kepha ongakholwayo uyakulahlwa.
Explore NgokukaMarku 16:16
4
NgokukaMarku 16:20
Kepha bona bephuma bashumayela ezindaweni zonke, iNkosi isebenza nabo, iqinisa izwi ngezibonakaliso ezilandelayo.
Explore NgokukaMarku 16:20
5
NgokukaMarku 16:6
Kepha yathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni; uvukile; kakho lapha; bhekani nansi indawo lapho bebembeke khona.
Explore NgokukaMarku 16:6
6
NgokukaMarku 16:4-5
Bathi ukubheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe; ngokuba lalilikhulu kakhulu. Kuthe bengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; bethuka.
Explore NgokukaMarku 16:4-5
বাড়ি
বাইবেল
পরিকল্পনাগুলো
ভিডিও