IsAmbulo 13:11-12
IsAmbulo 13:11-12 CZB24
Ngase ngibona esinye isilo sikhuphuka emhlabeni; yayinezimpondo ezimbili njengewundlu, ikhuluma njengodrako. Sasebenzisa onke amandla esilo sokuqala phambi kwaso, senza umhlaba nabakhileyo kuwo ukuba bakhulekele isilo sokuqala, esinxeba laso elibulalayo lelashwa.