UHabakuki 2:2-3
UHabakuki 2:2-3 CZB24
UJehova wangiphendula, wathi: “Loba umbono, uwucacise ezibhebheni, ukuze ofundayo agijime. Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiwe, kepha ekugcineni uyakukhuluma, ungaqambi amanga; noma lilibala, lilinde; ngoba lizakuza lokufika, kalisoze liphele.