UJeremiya 42:11-12
UJeremiya 42:11-12 ZUL20
Ningayesabi inkosi yaseBhabhele le eniyesabayo. Ningayesabi, kusho uSimakade, ngokuba nginani ukuba nginisindise, nginihlenge esandleni sayo. Ngiyakunenzela ububele, nginiphathe ngomusa; iyakunibuyisela ezweni lakini.’