YouVersion Logo
Search Icon

NgokukaMarku 15:1, 2, 3, 4, 5, 6, 7, 8, 9, 10, 11, 12, 13, 14, 16, 17, 18, 19, 20, 21, 22, 23, 24, 25, 26, 27, 28, 29, 30, 31, 32

NgokukaMarku 15:3 ZUL59

Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi.

NgokukaMarku 15:5 ZUL59

Kodwa uJesu akabe esaphendula lutho, waze wamangala uPilatu.

NgokukaMarku 15:6 ZUL59

Kwathi ngomkhosi wayehleze ebakhululela isiboshwa sibe sinye abasicelayo.

NgokukaMarku 15:10 ZUL59

Ngokuba wayekwazi ukuthi abapristi abakhulu bamnikele ngomhawu.

NgokukaMarku 15:13 ZUL59

Babuye bamemeza, bathi: “Mbethele esiphambanweni!”

NgokukaMarku 15:17 ZUL59

Ayesemembathisa ingubo ebubende, amcwashelisa ngomqhele ayeweluke ngameva.

NgokukaMarku 15:18 ZUL59

Aqala ukumkhulekela, athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!”

NgokukaMarku 15:23 ZUL59

Amnika iwayini elixutshwe nemure;* kepha akalamukelanga.

NgokukaMarku 15:25 ZUL59

Kwakuyihora lesithathu esembethela esiphambanweni.

NgokukaMarku 15:26 ZUL59

Umbhalo wecala lakhe ubulotshiwe ngaphezulu wokuthi: INKOSI YABAJUDA.

NgokukaMarku 15:28 ZUL59

Kwase kugcwaliseka umbhalo othi: “Wabalwa kanye naboni.”

NgokukaMarku 15:30 ZUL59

zisindise, wehle esiphambanweni.”

YouVersion uses cookies to personalize your experience. By using our website, you accept our use of cookies as described in our Privacy Policy