1
Amahubo 73:26
Contemporary Zulu Bible 2024
Inyama yami nenhliziyo yami kuyaphela, kepha uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.
Compare
Explore Amahubo 73:26
2
Amahubo 73:28
Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngibeke ithemba lami eNkosini uJehova, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.
Explore Amahubo 73:28
3
Amahubo 73:23-24
Kodwa mina nginani njalo; ungibambe ngesandla sokunene. Uyakungihola ngesiluleko sakho, ungamukele kamuva enkazimulweni.
Explore Amahubo 73:23-24
Home
Bible
Plans
Videos