1
Amahubo 103:2
Contemporary Zulu Bible 2024
Mbonge uJehova, mphefumulo wami, ungakhohlwa imisebenzi yonke yomusa wayo.
Compare
Explore Amahubo 103:2
2
Amahubo 103:3-5
Yena othethelela zonke iziphambeko zakho; owelapha zonke izifo zakho; Ohlenga ukuphila kwakho ekubhujisweni; okuthwesa umusa nesihe; Ogcwalisa umlomo wakho ngezinto ezinhle; ukuze ubusha bakho buvuselelwe njengokhozi.
Explore Amahubo 103:3-5
3
Amahubo 103:1
Ihubo likaDavide. Mbonge uJehova, mphefumulo wami; konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.
Explore Amahubo 103:1
4
Amahubo 103:13
Njengoyise ehawukela abantwana bakhe, kanjalo uJehova uhawukela abamesabayo.
Explore Amahubo 103:13
5
Amahubo 103:12
Njengoba impumalanga iqhelelene nentshonalanga, udedisela kude iziphambeko zethu kithi.
Explore Amahubo 103:12
6
Amahubo 103:8
UJehova unesihe, unomusa, uyabekezela, uchichima umusa.
Explore Amahubo 103:8
7
Amahubo 103:10-11
Akenzanga kithi njengokwezono zethu; futhi akasibuyiselanga njengokwamacala ethu. Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.
Explore Amahubo 103:10-11
8
Amahubo 103:19
UJehova umisile isihlalo sakhe sobukhosi ezulwini; nombuso wakhe ubusa phezu kwakho konke.
Explore Amahubo 103:19
Home
Bible
Plans
Videos