1
Johane 14:27
Contemporary Zulu Bible 2024
Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami ngininika khona; angininiki njengokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi
Compare
Explore Johane 14:27
2
Johane 14:6
UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
Explore Johane 14:6
3
Johane 14:1
Izinhliziyo zenu mazingakhathazeki; kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi.
Explore Johane 14:1
4
Johane 14:26
Kepha uMduduzi, uMoya oNgcwele, uBaba ayakumthumela egameni lami uyakunifundisa zonke izinto, anikhumbuze konke enginitshele khona.
Explore Johane 14:26
5
Johane 14:21
Onemiyalo yami, ayigcine, nguyena ongithandayo; ongithandayo uyakuthandwa nguBaba, nami ngiyakumthanda, ngizibonakalise kuye.
Explore Johane 14:21
6
Johane 14:16-17
Ngiyakucela kuBaba, aninike omunye uMduduzi, ukuze ahlale kini phakade; UMoya weqiniso; izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi, kepha nina niyamazi; ngokuba uhlala nani, futhi ukini.
Explore Johane 14:16-17
7
Johane 14:13-14
Noma yini eniyakukucela egameni lami ngiyakukwenza ukuba uBaba akhazimuliswe eNdodaneni. Uma nicela utho egameni lami, ngolwenza.
Explore Johane 14:13-14
8
Johane 14:15
Uma ningithanda, gcinani imiyalo yami.
Explore Johane 14:15
9
Johane 14:2
Emzini kaBaba kukhona izindawo zokuhlala eziningi; uma bekungenjalo, bengiyakunitshela. Ngiya ukunilungisela indawo.
Explore Johane 14:2
10
Johane 14:3
Futhi uma ngiya nginilungisela indawo, ngobuye ngize, nginemukele kimi; ukuze lapho ngikhona, libe khona lani.
Explore Johane 14:3
11
Johane 14:5
UTomasi wathi kuye: Nkosi, asazi lapho oya khona; futhi singayazi kanjani indlela?
Explore Johane 14:5
Home
Bible
Plans
Videos