1
U-Isaya 19:25
Contemporary Zulu Bible 2024
INkosi yamabandla izababusisa ngokuthi: Babusisiwe abantu bami iGibhithe, lomsebenzi wezandla zami iAsiriya, lelifa lami uIsrayeli.
Compare
Explore U-Isaya 19:25
2
U-Isaya 19:20
Kuyakuba yisibonakaliso nobufakazi kuJehova Sebawoti ezweni laseGibithe; ngoba bayombiza uJehova ngenxa yabacindezeli, futhi uyobathumelela umsindisi nomkhulu, futhi uyobakhulula.
Explore U-Isaya 19:20
3
U-Isaya 19:1
Isiprofetho ngeGibhithe. Bheka, uJehova ugibele ifu elinejubane, uyeza eGibithe; onkulunkulu baseGibithe bayakuthuthumela phambi kobuso bakhe, nezinhliziyo zaseGibithe ziyakuncibilika kulo.
Explore U-Isaya 19:1
4
U-Isaya 19:19
Ngalolo suku kuyakuba khona i-altare likaJehova phakathi kwezwe laseGibithe, netshe lesikhumbuzo kuJehova emngceleni walo.
Explore U-Isaya 19:19
Home
Bible
Plans
Videos