1
2 kwabaseKorinte 1:3-4
Contemporary Zulu Bible 2024
Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, noNkulunkulu wenduduzo yonke; osiduduza osizini lwethu lonke, ukuze sibe lamandla okududuza labo abasosizini lonke, ngenduduzo esiduduzwa ngayo thina ngokwethu nguNkulunkulu.
Compare
Explore 2 kwabaseKorinte 1:3-4
2
2 kwabaseKorinte 1:5
Ngokuba njengalokhu izinhlupheko zikaKristu zivama kithi, kanjalo nenduduzo yethu kuvama ngoKristu.
Explore 2 kwabaseKorinte 1:5
3
2 kwabaseKorinte 1:9
Kepha thina ngokwethu sasinesigwebo sokufa, ukuze singazethembi thina, kodwa sethembe uNkulunkulu ovusa abafileyo
Explore 2 kwabaseKorinte 1:9
4
2 kwabaseKorinte 1:21-22
Osiqinisayo kanye nani kuKristu, nosigcobileyo, nguNkulunkulu; owasibeka uphawu futhi, wasinika isibambiso sikaMoya enhliziyweni zethu.
Explore 2 kwabaseKorinte 1:21-22
5
2 kwabaseKorinte 1:6
Noma sihlushwa, kungenxa yenduduzo nokusindiswa kwenu okusebenza ekukhuthazeleni ezinhluphekweni zona lezi esihlupheka ngazo nathi, noma siduduzwa, kungenxa yenduduzo nokusindiswa kwenu.
Explore 2 kwabaseKorinte 1:6
Home
Bible
Plans
Videos