1
1 kwabaseKorinte 8:6
Contemporary Zulu Bible 2024
Kepha kithina munye uNkulunkulu, uYise, okuvela kuye zonke izinto, nathi sikuye; neNkosi eyodwa uJesu Kristu, okungaye zonke izinto, nathi singaye.
Compare
Explore 1 kwabaseKorinte 8:6
2
1 kwabaseKorinte 8:1-2
Maqondana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinolwazi. Ulwazi luyakhukhumeza, kepha uthando luyakha. Uma umuntu ecabanga ukuthi wazi utho, akakazi njengalokhu kufanele ukuba azi.
Explore 1 kwabaseKorinte 8:1-2
3
1 kwabaseKorinte 8:13
Ngakho-ke uma ukudla kumkhubekisa umzalwane wami, angisoze ngadla nyama kusesekhona, funa ngimkhubekise umzalwane wami.
Explore 1 kwabaseKorinte 8:13
4
1 kwabaseKorinte 8:9
Kepha qaphelani, funa lelo lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka.
Explore 1 kwabaseKorinte 8:9
Home
Bible
Plans
Videos