1
KuThithu 2:11-12
Baasraak Zulu New Testament Bible
Ngoba umusa kaNkulunkulu oletha insindiso usubonakalisiwe ebantwini bonke; Isifundisa ukuthi, sidele ukungamesabi uNkulunkulu nezinkanuko zezwe, sihambe ngokuqonda, nangokulunga, nangokumesaba uNkulunkulu kuleli zwe lamanje
Compare
Explore KuThithu 2:11-12
2
KuThithu 2:13-14
silindele ithemba elibusisiweyo, nokubonakala kwenkazimulo kaNkulunkulu omkhulu noMsindisi wethu uJesu Kristu; owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge kubo bonke ububi, futhi azihlambulule isizwe esiyisizwe, esishisekela imisebenzi emihle.
Explore KuThithu 2:13-14
3
KuThithu 2:7-8
ezintweni zonke uzibonakalise uyisiboniso semisebenzi emihle: esifundiseni ukhombisa ukungonakali, ukulunga, ubuqotho, Inkulumo ephilileyo engenakulahlwa; ukuze ophambeneyo abe namahloni, engenalutho olubi angalusho ngani.
Explore KuThithu 2:7-8
Home
Bible
Plans
Videos