1
Mathewu 16:24
Baasraak Zulu New Testament Bible
Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukungilandela, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.
Compare
Explore Mathewu 16:24
2
Mathewu 16:18
Nami ngithi kuwe: Wena unguPetru, phezu kwalelidwala ngiyakulakha ibandla lami; futhi amasango esihogo ngeke alinqobe.
Explore Mathewu 16:18
3
Mathewu 16:19
Ngizakunika izihluthulelo zombuso wezulu, njalo loba yini ozayibopha emhlabeni izakuba kubotshiwe ezulwini, njalo loba yini ozayikhulula emhlabeni izakuba yinto ethukululiwe ezulwini.
Explore Mathewu 16:19
4
Mathewu 16:25
Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho, kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukufumana.
Explore Mathewu 16:25
5
Mathewu 16:26
Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?
Explore Mathewu 16:26
6
Mathewu 16:15-16
Wathi kubo: “Nina-ke nithi ngingubani na? USimoni Petru waphendula wathi: “Wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu ophilayo.
Explore Mathewu 16:15-16
7
Mathewu 16:17
UJesu waphendula wathi kuye: “Ubusisiwe wena Simoni kaJona, ngokuba inyama negazi akukwambulelanga lokhu, kodwa uBaba osezulwini.
Explore Mathewu 16:17
Home
Bible
Plans
Videos