1
IZaga 22:6
IsiZulu 2020
Khulisa umntwana ngendlela eyakuba ngeyakhe; kuyakuthi lapho esekhulile angasuki kuyo.
Compare
Explore IZaga 22:6
2
IZaga 22:4
Umvuzo wokuthobeka nokwesaba uSimakade wudumo, nengcebo nokuphila.
Explore IZaga 22:4
3
IZaga 22:1
Igama elihle likhethekile kunengcebo enkulu, nomusa, kunesiliva negolide.
Explore IZaga 22:1
4
IZaga 22:24
Ungabi ngumngani womuntu onolaka, ungahambi nomuntu othukutheleyo
Explore IZaga 22:24
5
IZaga 22:9
Ophanayo uyobusiswa, ngoba wabelana ukudla nabampofu.
Explore IZaga 22:9
6
IZaga 22:3
Ohlakaniphileyo uyayibona ingozi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaphikelela, bajeziswe.
Explore IZaga 22:3
7
IZaga 22:7
Isicebi sibusa phezu kwabampofu, nobolekayo uyisigqila somtshelekileyo.
Explore IZaga 22:7
8
IZaga 22:2
Abacebile nabampofu bayefana; bonke benziwe nguSimakade.
Explore IZaga 22:2
9
IZaga 22:22-23
Ungamqoli ompofu ngoba ubona ubuphofu bakhe; ungamcindezeli ohluphekile esangweni, ngokuba uSimakade uyayimela indaba yabo, kuthi ababephucayo Yena abephuce ukuphila kwabo.
Explore IZaga 22:22-23
Home
Bible
Plans
Videos