1
NgokukaMathewu 17:20
IsiZulu 2020
Wayesethi kubo: “Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: uma ninokukholwa okungangembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: ‘Suka lapha, uye laphaya,’ iyakusuka, ngokuba akukho okuyakunahlula.
Compare
Explore NgokukaMathewu 17:20
2
NgokukaMathewu 17:5
Esakhuluma, kwafika ifu elikhanyayo labemboza, kwezwakala izwi livela efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo, engithokozile ngayo; yilaleleni.”
Explore NgokukaMathewu 17:5
3
NgokukaMathewu 17:17-18
UJesu waphendula wathi: “Maye, kinina, sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo; kuyoze kube nini nginani na? Kuyoze kube nini nginibekezelela na? Yiletheni lapha kimi.” UJesu wayeselikhuza idimoni, laphuma kuyo; umfana wasinda ngaleso sikhathi.
Explore NgokukaMathewu 17:17-18
Home
Bible
Plans
Videos