1
NgokukaJohane 10:10
IsiZulu 2020
Isela kalizi kungengokweba, ukubulala nokubhubhisa. Mina ngize lapha ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime.
Compare
Explore NgokukaJohane 10:10
2
NgokukaJohane 10:11
“Mina ngingumelusi omuhle. Umelusi omuhle udela ukuphila kwakhe ngenxa yezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:11
3
NgokukaJohane 10:27
Izimvu zami ziyalizwa iphimbo lami; ngiyazazi, ziyangilandela.
Explore NgokukaJohane 10:27
4
NgokukaJohane 10:28
Ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze zabhubha nanini, futhi akekho ongazihlwitha esandleni sami.
Explore NgokukaJohane 10:28
5
NgokukaJohane 10:9
Mina ngiyisango; uma umuntu engena ngami, uyakusindiswa, angene, aphume, aklabe edlelweni.
Explore NgokukaJohane 10:9
6
NgokukaJohane 10:14
“Mina ngingumelusi omuhle. Ngiyazazi ezami, nezami ziyangazi
Explore NgokukaJohane 10:14
7
NgokukaJohane 10:29-30
UBaba onginike zona mkhulu kunabo bonke; akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba. Mina noBaba simunye.”
Explore NgokukaJohane 10:29-30
8
NgokukaJohane 10:15
njengalokhu uBaba engazi, nami ngiyamazi uBaba, ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:15
9
NgokukaJohane 10:18
Akekho ongangephuca ukuphila kwami, kodwa ngikudela ngokwami. Nginegunya lokukudela, negunya lokubuye ngikuthathe. Lo myalo ngiwamukele uvela kuBaba.”
Explore NgokukaJohane 10:18
10
NgokukaJohane 10:7
Ngalokho-ke uJesu wabuye wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Mina ngiyisango lezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:7
11
NgokukaJohane 10:12
Oqashiweyo engesiye umelusi, nezimvu zingesizo ezakhe, uma ebona inkentshane liza, uyazishiya izimvu, athi galo yephuka, bese inkentshane lizibhozomela, lizihlakaze
Explore NgokukaJohane 10:12
12
NgokukaJohane 10:1
UJesu wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa oweqa uthango, afohle, uyisela nomphangi.
Explore NgokukaJohane 10:1
Home
Bible
Plans
Videos