1
UHezekeli 38:23
IsiZulu 2020
Ngiyakububonakalisa kanjalo-ke ubukhulu bami nobungcwele bami, futhi ngizazise phambi kwezizwe eziningi, ziyakukwazi ukuthi nginguSimakade.” ’ ”
Compare
Explore UHezekeli 38:23
2
UHezekeli 38:2-3
“Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho kuGogi, izwe likaMagogi isikhulu sakwaRoshe eMeshekhe naseThubhali, uphrofethe umelene naye, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Ngimelene nawe Gogi, sikhulu sakwaRoshe, eMeshekhe naseThubhali.
Explore UHezekeli 38:2-3
3
UHezekeli 38:16
Uyakukhuphukela khona ukuba uthelekele abantu bami u-Israyeli, njengefu lisibekela izwe. Kuyakuthi ngezinsuku ezizayo ngikuyise kubantu bami, ukuze izizwe zazi lapho ngizibonakalisa ngawe, Gogi, ukuthi ngingcwele, ziyakuzibonela ngawazo amehlo.”
Explore UHezekeli 38:16
Home
Bible
Plans
Videos