1
2 AMakhosi 6:17
IsiZulu 2020
U-Elisha wakhuleka, wathi: “Simakade, ake uvule amehlo ayo ukuba ibone.” USimakade wawavula-ke amehlo aleyo nceku, yabona; bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo zika-Elisha nxazonke.
Compare
Explore 2 AMakhosi 6:17
2
2 AMakhosi 6:16
Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.”
Explore 2 AMakhosi 6:16
3
2 AMakhosi 6:15
Inceku yomuntu kaNkulunkulu yavuka ekuseni, yaphuma; bheka, impi enamahhashi nezinqola yayiwuzungezile umuzi. Inceku yakhe yathi kuye: “Maye, nkosi! Siyakwenzenjani na?”
Explore 2 AMakhosi 6:15
4
2 AMakhosi 6:18
Behlela kuye, u-Elisha wakhuleka kuSimakade, wathi: “Mawusishaye ngobumpumputhe lesi sizwe.” Wasishaya ngobumpumputhe njengokwezwi lika-Elisha.
Explore 2 AMakhosi 6:18
5
2 AMakhosi 6:6
Umuntu kaNkulunkulu wathi: “Iwele kuphi na?” Wamkhombisa indawo. Wayesenquma uthi, waluphonsa lapho, insimbi yantanta.
Explore 2 AMakhosi 6:6
6
2 AMakhosi 6:5
Kwathi lapho omunye esegawula umshayo, insimbi yawela emanzini; wakhala wathi: “Maye, nkosi yami! Ibitshelekiwe!”
Explore 2 AMakhosi 6:5
7
2 AMakhosi 6:7
Wayesethi: “Yikhuphule.” Welula isandla sakhe, wayithatha.
Explore 2 AMakhosi 6:7
Home
Bible
Plans
Videos