1
AmaHubo 1:1-2
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo, kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova, ozindla ngomthetho wakhe imini nobusuku.
Compare
Explore AmaHubo 1:1-2
2
AmaHubo 1:3
Unjengomuthi otshaliwe ngasemifuleni yamanzi, othela isithelo sawo ngesikhathi sawo, oqabunga lawo lingabuni, nakho konke akwenzayo uyakuba nenhlanhla kukho.
Explore AmaHubo 1:3
3
AmaHubo 1:6
Ngokuba uJehova uyayazi indlela yabalungileyo, kodwa indlela yababi yobhubha.
Explore AmaHubo 1:6
Home
Bible
Plans
Videos