1
NgokukaMarku 1:35
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Ekuseni kusemnyama kakhulu, wavuka waphuma, waya endaweni eyihlane, wakhuleka khona.
Compare
Explore NgokukaMarku 1:35
2
NgokukaMarku 1:15
wathi: “Isikhathi sigcwalisekile, umbuso kaNkulunkulu ususondele; phendukani, nikholwe yivangeli.”
Explore NgokukaMarku 1:15
3
NgokukaMarku 1:10-11
Wanele ukukhuphuka emanzini, wabona izulu livuleka, noMoya ehlela phezu kwakhe njengejuba. Kwavela izwi ezulwini, lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo; ngithokozile ngawe.”
Explore NgokukaMarku 1:10-11
4
NgokukaMarku 1:8
Mina nginibhapathize ngamanzi, kepha yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele.”
Explore NgokukaMarku 1:8
5
NgokukaMarku 1:17-18
UJesu wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.” Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.
Explore NgokukaMarku 1:17-18
6
NgokukaMarku 1:22
Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.
Explore NgokukaMarku 1:22
Home
Bible
Plans
Videos