1
NgokukaMathewu 9:37-38
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Wayesethi kubafundi bakhe: “Ukuvuna kukhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana. Ngakho-ke nxusani eNkosini yokuvuna ukuba ithume izisebenzi, ziye ekuvuneni kwayo.”
Compare
Explore NgokukaMathewu 9:37-38
2
NgokukaMathewu 9:13
Kepha hambani nifunde ukuba kuthini ukuthi: ‘Ngifuna isihawu, hhayi umhlatshelo.’ Ngokuba angizanga ukubiza abalungileyo kepha izoni ukuba ziphenduke.”
Explore NgokukaMathewu 9:13
3
NgokukaMathewu 9:36
Kepha ebona izixuku wabanesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zihlakazekile njengezimvu ezingenamalusi.
Explore NgokukaMathewu 9:36
4
NgokukaMathewu 9:12
Ekuzwa lokhu wathi: “Abaphilileyo abadingi inyanga, ngabagulayo bodwa.
Explore NgokukaMathewu 9:12
5
NgokukaMathewu 9:35
UJesu wayihamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa izifo zonke nokugula konke.
Explore NgokukaMathewu 9:35
Home
Bible
Plans
Videos