1
NgokukaLuka 24:49
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Bhekani, ngiyathumela kini isithembiso sikaBaba; kepha hlalani emzini, nize nembathiswe amandla avela phezulu.”
Compare
Explore NgokukaLuka 24:49
2
NgokukaLuka 24:6
Kakho lapha, kepha uvukile; khumbulani ukukhuluma kwakhe kini eseseGalile
Explore NgokukaLuka 24:6
3
NgokukaLuka 24:31-32
Amehlo abo ayesevuleka, bamazi; wayesenyamalala kubo. Bathi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, lapho ekhuluma kithi endleleni, nalapho esivulela imibhalo, na?”
Explore NgokukaLuka 24:31-32
4
NgokukaLuka 24:46-47
Wathi kubo: “Kulotshiwe kanje ukuthi uzakuhlupheka uKristu, avuke kwabafileyo ngosuku lwesithathu, kushunyayelwe egameni lakhe ukuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.
Explore NgokukaLuka 24:46-47
5
NgokukaLuka 24:2-3
Bafumana itshe ligingqiwe ethuneni. Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.
Explore NgokukaLuka 24:2-3
Home
Bible
Plans
Videos