1
NgokukaJohane 10:10
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime.
Compare
Explore NgokukaJohane 10:10
2
NgokukaJohane 10:11
“Ngingumalusi omuhle. Umalusi omuhle udela ukuphila kwakhe ngenxa yezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:11
3
NgokukaJohane 10:27
Izimvu zami ziyalizwa izwi lami; nami ngiyazazi, ziyangilandela
Explore NgokukaJohane 10:27
4
NgokukaJohane 10:28
ngizinika ukuphila okuphakade, azisoze zabhubha naphakade; akakho ongazihlwitha esandleni sami.
Explore NgokukaJohane 10:28
5
NgokukaJohane 10:9
Mina ngiyisango; uma umuntu engena ngami, uyakusindiswa, angene, aphume, afumane idlelo.
Explore NgokukaJohane 10:9
6
NgokukaJohane 10:14
“Mina ngingumalusi omuhle; ngiyazazi ezami, nezami ziyangazi
Explore NgokukaJohane 10:14
7
NgokukaJohane 10:29-30
UBaba onginikileyo mkhulu kunabo bonke; akakho ongazihlwitha esandleni sikaBaba. Mina noBaba simunye.”
Explore NgokukaJohane 10:29-30
8
NgokukaJohane 10:15
njengalokhu uBaba uyangazi, nami ngiyamazi uBaba; ngidela ukuphila kwami ngenxa yezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:15
9
NgokukaJohane 10:18
Akakho ongangamuka ukuphila kwami, kodwa ngikudela ngokwami; nginamandla okukudela, nginamandla okubuye ngikuthabathe. Lo myalo ngiwamukele kuBaba.”
Explore NgokukaJohane 10:18
10
NgokukaJohane 10:7
Ngakho-ke uJesu wabuye wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Mina ngiyisango lezimvu.
Explore NgokukaJohane 10:7
11
NgokukaJohane 10:12
Okhokhelwayo engesiye umalusi, izimvu zingesizo ezakhe, ebona impisi iza, ushiya izimvu, abaleke – impisi izibhozomele, izihlakaze
Explore NgokukaJohane 10:12
12
NgokukaJohane 10:1
“Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa ekhwela ngenye indawo, lowo uyisela nomphangi.
Explore NgokukaJohane 10:1
Home
Bible
Plans
Videos