1
EkaJakobe 1:2-3
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Bazalwane bami, nxa nehlelwa yizilingo ngezilingo, anothi kungukuthokoza kodwa, nazi ukuthi ukuvivinywa kokukholwa kwenu kuveza ukukhuthazela.
Compare
Explore EkaJakobe 1:2-3
2
EkaJakobe 1:5
Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa.
Explore EkaJakobe 1:5
3
EkaJakobe 1:19
Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela
Explore EkaJakobe 1:19
4
EkaJakobe 1:4
Kepha ukukhuthazela makube nomsebenzi opheleleyo, ukuze nibe ngabapheleleyo nabangenacala abangasweli lutho.
Explore EkaJakobe 1:4
5
EkaJakobe 1:22
Yibani ngabalenzayo izwi, ningabi ngabalizwayo kuphela, nizikhohlisa.
Explore EkaJakobe 1:22
6
EkaJakobe 1:12
Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni; ngokuba esevivinyekile uyakwamukeliswa umqhele wokuphila othenjisiwe yiNkosi kwabayithandayo.
Explore EkaJakobe 1:12
7
EkaJakobe 1:17
Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.
Explore EkaJakobe 1:17
8
EkaJakobe 1:23-24
Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi engesiye olenzayo, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo esibukweni; ngokuba uyazibuka, amuke, akhohlwe masinyane ukuthi wayengonjani.
Explore EkaJakobe 1:23-24
9
EkaJakobe 1:27
Ukukhonza okumhlophe okungenabala phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo nokuzigcina kungabi yicala lokwezwe.
Explore EkaJakobe 1:27
10
EkaJakobe 1:13-14
Umuntu oyengwayo makangasho ukuthi: “Ngiyengwa nguNkulunkulu,” ngokuba uNkulunkulu angeyengwe ngokubi, naye uqobo akayengi muntu. Kepha yilowo nalowo uyengwa ehuhwa ngezakhe izinkanuko, ehungwa
Explore EkaJakobe 1:13-14
11
EkaJakobe 1:9
Umzalwane ophansi makazincome ngokuphakama kwakhe
Explore EkaJakobe 1:9
Home
Bible
Plans
Videos