1
2 uSamuweli 22:3
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
uNkulunkulu uyidwala lami engiphephela kulo, nesihlangu sami, nophondo lokusindiswa kwami, inqaba yami ephakemeyo nesiphephelo sami; msindisi wami, uyangisindisa ebudloveni.
Compare
Explore 2 uSamuweli 22:3
2
2 uSamuweli 22:31
Indlela kaNkulunkulu iphelele; izwi likaJehova lihlanzekile; yena uyisihlangu kubo bonke abaphephela kuye.
Explore 2 uSamuweli 22:31
3
2 uSamuweli 22:2
wathi: “UJehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami
Explore 2 uSamuweli 22:2
4
2 uSamuweli 22:33
UNkulunkulu uyangibhincisa amandla; uyenza indlela yami ilunge
Explore 2 uSamuweli 22:33
5
2 uSamuweli 22:29
Ngokuba wena uyisibani sami, Jehova; uJehova uyakhanyisa ubumnyama bami.
Explore 2 uSamuweli 22:29
Home
Bible
Plans
Videos